Isintu sinjalo awuzwa lolimi lwangkhona kuthwa "yisintu" kusho ongalandeli isintu (okwenzwa ngabantu) akaso muntu uyabe elahlekelwe yisthunzi sobuntu.
Ungasilandela kahle siyakwazisa isimo somuntu
Ongela lutho - uFile
Umuntu yena - ubhubhile
Ohloniphekayo - sekhotheme
Osekhitshele inkomo - umlobolikazi
Abamthembise umtshado - ingoduso
Othethweyo - inkosikazi
Laba abamithi
Kumitha inyamazana , le zintombi labafazi , lapho okulo mlilo ongacelwanga khona