This is my debut album. My first offering. Engethemba ukuthi nisayithokozela. Ukungamukela ngemfudumalo nokungixhasa kwenu kusho lukhulu kimi. 🙏🏽
Let me know which songs you’d love to hear me sing for you tomorrow. 😁 #Ingomabusukuampl.ink/Q0rem
Ngicela ukwedlulisa amazwi okubonga kini nonke ngokudela konke ebeningakwenza ngesikhathi senu. #Ingomabusuku ingikhombise uthando engingeke ngilukhohlwe.
Thank you all so much and please keep supporting us and our work. Siyize ngaphandle kwenu. 🙏🏽
Big thanks to our guest, @LimitNala for honouring our invite and pouring his heart out. The love was felt. Bayakuthanda abantu nkabi, nabebengakwazi bakuthandile. Intobeko, inhlonipho nokwazisa abantu yikho okuyokuphumelelisa. Ume njalo nje, Hamashe. 🙏🏽♥️
Kusetshenzwe kakhulu for it to be a success, technically. But that’s just a fraction. The biggest part was player YOU. And we thank you.
Mina nezakwethu sithi nje, nisihlangabeze njalo. Ningadinwa nangokuzayo. 🙏🏽♥️ #Ingomabusuku